Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:17 - IsiZulu 2020

17 Lezi zindaba ngoJesu zasabalala kulo lonke iJudiya nasezindaweni ezakhelene nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwaphumela leli zwi ngaye kulo lonke iJudiya nakulo lonke langakhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Leli zindaba ngaye laphumela kulo lonke iJudiya nakulo lonke izwe langakhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Leli zindaba ngaye laphumela kulo lonke iJudiya nakulo lonke izwe langakhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:17
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu esezelwe eBhethlehema eJudiya ngezinsuku zokubusa kukaHerode inkosi; bheka, kwafika izazi eJerusalema, zivela empumalanga, zathi:


Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Umbiko ngalokhu wasabalala kulo lonke lelo lizwe.


Kepha zathi ziphuma nje, zamdumisa kulo lonke lelo lizwe.


Udumo lwakhe lwasabalala ngokushesha kuso sonke isifunda eGalile.


INkosi uHerode yezwa ngalokhu, ngokuba igama likaJesu lase lidumile. Kwakuthiwa uJohane uMbhabhadisi uvukile kwabafileyo, yingakho enza izimangaliso ezingaka kuye.


UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya. Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke lelo lizwe.


Yasondela, yathinta uhlaka; ababeluthwele bema. Yayisithi: “Nsizwa, ngithi kuwe: vuka!”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ