Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 6:9 - IsiZulu 2020

9 UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe yini ukwenza okuhle noma okubi ngesabatha, ukusindisa noma ukubulala na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini, ukusindisa umuntu noma ukumbulala, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 UJesu wasesithi kubo: Ngizalibuza ilizwi libe linye; Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi na? ukusindisa ukuphila, noma ukukubhubhisa?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJesu wasesithi kubo: Ngizalibuza ilizwi libe linye; Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi na? ukusindisa ukuphila, noma ukukubhubhisa?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 6:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi kubo: “Kuvunyelwe yini ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi na? Ukusindisa noma ukubulala na?” Kepha bathula du.


UJesu wayesebuza kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: “Kuvunyelwe yini ukuphilisa ngesabatha noma qha na?”


Wabaqalaza bonke qede wathi kuyo: “Yelula isandla sakho.” Yenza kanjalo, isandla sayo saphiliswa.


Kepha uJesu ekwazi abakudlinzayo, wathi endodeni enesandla esishwabeneyo: “Sukuma ume phakathi nendawo.” Yasukuma, yema.


Ngokuba iNdodana yomuntu ayizanga ukuzobhubhisa imiphefumulo yabantu, kodwa ukuzoyisindisa;” base bedlulela komunye wemizana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ