Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 6:6 - IsiZulu 2020

6 Kwathi ngelinye isabatha uJesu wangena esinagogeni, wafundisa. Kwakukhona lapho umuntu owayeshwabene isandla sokunene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi-ke ngelinye isabatha wangena esinagogeni,* wafundisa. Kwakukhona umuntu lapho osandla sakhe sokunene sasishwabene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kwathi futhi ngelinye isabatha wangena esinagogeni, wafundisa; kwakukhona umuntu osandla sakhe sokunene sasishwabene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi futhi ngelinye isabatha wangena esinagogeni, wafundisa; kwakukhona umuntu osandla sakhe sokunene sasishwabene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 6:6
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ukuba inkosi ikuzwe lokho okwashiwo ngumuntu kaNkulunkulu nge-althare eBhethele, uJerobhowamu waphakamisa isandla sakhe ese-althare, wathi: “Mbambeni.” Kepha isandla asiphakamisayo sashwabana akabe esakwazi ukusifinyeza.


“Maye, kumelusi ongenamsebenzi, oshiya umhlambi wezimvu! Inkemba iyakumlimaza ingalo neso lakhe langakwesokunene. Ingalo yakhe iyakushwabana, neso lakhe lingaboni lutho!”


Walihamba lonke iGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephilisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


UJesu wayefundisa kwelinye lamasinagoge ngesabatha.


UJesu wayesebuza kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: “Kuvunyelwe yini ukuphilisa ngesabatha noma qha na?”


Wafika eNazaretha lapho akhulela khona, wangena esinagogeni ngosuku lwesabatha njengalokhu ayevame ukwenza kanjalo, wasukuma ukuba afunde.


Wehlela eKhaphernawume, umuzi iGalile. Wayebafundisa abantu kulusuku lwesabatha.


Kwathi ngesabatha, uJesu nabafundi bakhe bedabula emasimini, abafundi bakhe bakha izikhwebu, bazihlikihla ngezandla, bazidla.


Wathi kubo: “Indodana yomuntu iyiNkosi yesabatha.”


Kwakulala kuyo izinkumbi zabagulayo: izimpumputhe, izinyonga, nabafe uhlangothi. Babelindele ukuzanyazanyiswa kwechibi.


Ngakho-ke abanye kubaFarisi bathi: “Lo muntu akaveli kuNkulunkulu, ngokuba akawuhloniphi umthetho wesabatha.” Abanye bathi: “Umuntu oyisoni angazenza kanjani izibonakaliso ezinje na?” Kwaba khona ukwehlukana phakathi kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ