Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 6:11 - IsiZulu 2020

11 Bathukuthela bathelwa ngamanzi, bakhuluma bodwa bebonisana ukuthi bangamenzenjani uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Base begcwala ukuhlanya, bakhuluma bodwa ngokuthi bangamenze njani uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Base begcwala ukuhlanya; basebekhulumisana bodwa ukuthi bangamenzani uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Base begcwala ukuhlanya; basebekhulumisana bodwa ukuthi bangamenzani uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 6:11
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nabu ububi obukukho konke okwenzeka phansi komthunzi welanga: bonke behlelwa yinto efanayo; izinhliziyo zabo bonke abantu zigcwele ububi, ukuhlanya kukuzo besaphila, emuva kwalokho baya kwabafileyo.


Baqagulisana bodwa, bathi: “Kungokuba singaziphathanga izinkwa.”


Abaphristi abakhulu nabaFarisi sebeyizwile imizekeliso yakhe, baqonda ukuthi ukhuluma ngabo.


Bonke ababesesinagogeni bagcwala intukuthelo enkulu lapho bekuzwa lokho.


Wabaqalaza bonke qede wathi kuyo: “Yelula isandla sakho.” Yenza kanjalo, isandla sayo saphiliswa.


Kwathi ngalezo zinsuku uJesu waphuma waya entabeni eyokhuleka; wahlala ubusuku bonke ekhuleka kuNkulunkulu.


Ngakho-ke abaphristi abakhulu nabaFarisi babiza umkhandlu, bathi: “Sizokwenzenjani ngokuba lo muntu wenza izibonakaliso eziningi na?


Emva kwalokho uJesu wahlala eGalile, ngokuba wayengathandi ukuya eJudiya, lokhu abaJuda babefuna ukumbulala.


Emasinagogeni wonke, kukaningi ngibajezisa, ngibaphoqa ukuba bahlambalaze; ngibathukuthelele kakhulu, ngibahlupha kwaze kwaba semizini yabezizwe.”


Base bebayala ukuba baphumele phandle, bashiye umkhandlu, balulekana bodwa,


Kepha uPhethro noJohane babaphendula, bathi kubo: “Nqumani nina ukuba kulungile yini ebusweni bukaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu,


Kuthe sebekuzwile lokho bathukuthela, bafuna ukubabulala.


Bekuzwa lokho, bahlabeka ezinhliziyweni, bamgedlela amazinyo.


Kepha abayikuqhubekela phambili, ngokuba ubuwula babo buyakuba sobala kubo bonke, njengalokhu baba kanjalo nobalawo madoda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ