Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 4:32 - IsiZulu 2020

32 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinegunya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinamandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinamandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinamandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 4:32
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bamangaliswa ngukufundisa kwakhe, ngokuba wayebafundisa njengonegunya, hhayi njengezazimthetho.


Bonke ababemuzwa bamangala ngokuqonda nangokuphendula kwakhe.


Kwakukhona esinagogeni umuntu onomoya wedimoni elingcolileyo, wamemeza ngezwi elikhulu, wathi:


Bonke bafikelwa ngukwesaba, bakhuluma bodwa, bathi: “Lizwi lini leli, ngokuba ukhuluma ngegunya namandla, ukhuza imimoya engcolileyo, iphume na?”


NguMoya ongophilisayo, inyama ayisizi ngalutho. Amazwi engiwakhulume kini angumoya, futhi angukuphila.


Izinceku zaphendula, zathi: “Akukho muntu osewake wakhuluma njengaloya muntu.”


sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, futhi asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kodwa ngokuveza obala iqiniso, sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


ngokuba ivangeli lethu alifikanga ngamazwi nje kuphela, kodwa ngamandla, nangoMoya oNgcwele, nangokwethemba okukhulu, njengokuba nazi ukuthi saba ngabantu abanjani phakathi kwenu, ngenxa yenu.


Khuluma ngalokho, ugqugquzele, ukhuze ngawo wonke amandla. Makungabi bikho namunye okwedelelayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ