Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 4:29 - IsiZulu 2020

29 Basukuma, bamxosha emzini, bamqhubela esiweni esasisentabeni umuzi wabo owawakhiwe phezu kwayo, ukuze bamkhalakathelise kuso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Basukuma, bamxosha emzini, bamqhubela ekwengameni kwentaba umuzi wabo owakhiwe phezu kwayo, ukuze bamkhalakathelisele phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Base besukuma, bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamqhubela phezu kwentaba umuzi wabo owakhiwe phezu kwayo, ukuze bamjikijele phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Base besukuma, bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamqhubela phezu kwentaba umuzi wabo owakhiwe phezu kwayo, ukuze bamjikijele phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 4:29
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bakwaJuda bathumba abaseSeyiri abayizi-10 000 babayisa esiqongweni sewa bephila, babaphonsa phansi eweni, baphihlizeka bonke.


Ababi bahosha inkemba, bansale iminsalo yabo ukuze baqumbe phansi abampofu nabantulayo, babulale ohamba ngokulunga.


USimakade wathi kuMose: “Lowo muntu kufanele abulawe. Inhlangano yonke iyokumkhanda ngamatshe, ngaphandle kwenkambu.”


Bonke ababesesinagogeni bagcwala intukuthelo enkulu lapho bekuzwa lokho.


Ngiyazi ukuthi ningabolibo luka-Abhrahama, kodwa nifuna ukungibulala, ngokuba izwi lami alinandawo kini.


Kepha manje nifuna ukungibulala, Mina muntu onitshele iqiniso, engilizwe kuNkulunkulu. U-Abhrahama akakwenzanga lokho.


Base becosha amatshe ukuze bamkhande ngawo, kodwa uJesu wafihlakala kubo, waphuma ethempelini.


Ngakho-ke naye uJesu, ukuze angcwelise abantu ngegazi lakhe, wahlupheka ngaphandle kwesango.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ