Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 3:18 - IsiZulu 2020

18 UJohane washumayela ivangeli kubantu, ebayala nangokunye okuningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Nangokunye okuningi washumayela ivangeli kubantu, ebayala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Esikhundleni sakhe nangezinye izinto eziningi washumayela ivangeli kubantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Esikhundleni sakhe nangezinye izinto eziningi washumayela ivangeli kubantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 3:18
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lo oqoma lakhe lokwela lisesandleni sakhe, ukushanelisisa isibuya sakhe, abuthe ukolo awufake enqolobaneni yakhe; amakhoba awashise ngomlilo ongacimekiyo.”


Kepha uHerode, uMthethrakhi, wasolwa nguJohane ngenxa kaHerodiya, umkafowabo, nangenxa yakho konke okubi ayekwenzile uHerode,


UJohane wafakaza ngaye, wamemeza wathi: “Lona nguye engikhulume ngaye ngathi: ‘Emva kwami kuza lowo omkhulu kunami, ngokuba wayekhona ngaphambi kwami.’ ”


Ngakusasa uJohane wabona uJesu eza kuye, wayesethi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu elisusa isono somhlaba.


Ngibonile futhi ngiyafakaza, ngithi: lo uyiNdodana kaNkulunkulu.”


Wafakaza nangamanye amazwi amaningi, ebancenga ethi: “Zisindiseni kulesi sizukulwane esonakeleyo.”


Wanqamula kulezo zindawo, ekhuthaza abafundi ngokuningi, waze wayofika ezweni lamaGriki.


esokugqugquzela, kube sekukhuthazeni; esokuphana, aphane ngokukhululeka; esokuhola, ahole ngenkuthalo; kanye nesesihe, akwenze ngentokozo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ