Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 24:41 - IsiZulu 2020

41 Kepha babengakholwa ngenxa yentokozo nokumangala, wathi kubo: “Ninakho yini ukudla lapha na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Kepha bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: “Ninakho ukudla lapha na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Kodwa bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: Lilokudla lapha yini?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kodwa bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: Lilokudla lapha yini?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 24:41
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma bengimbizile wase engiphendula, angikholwa ukuthi ulilalele izwi lami.


Kwathi sebezwile ukuthi uyaphila nokuthi uMariya umbonile, abazange bakholwe.


Nabo bahamba bayobikela abanye; nalabo abakholwanga.


Kamuva wabonakala kwabali-11, behlezi bedla. Wabasola ngokungakholwa kwabo, nangobulukhuni bezinhliziyo zabo, ngokuba bengabakholwanga labo ababembonile esevukile.


Babenezinhlanzana futhi eziyingcosana; nazo wazibusisa, wabayala ukuba basabele zona.


Kepha lawo mazwi eyefana nembudane nje kubaphostoli, abawakholwanga neze.


Esekushilo lokho wabakhombisa izandla nezinyawo.


Nani-ke nilusizi manje, kodwa ngiyakubuye nginibone, inhliziyo yenu ithokoze; futhi akekho onganephuca intokozo yenu.


UJesu wathi kubo: “Bantwana, aninakho yini ukudla na?” Bamphendula bathi: “Qha.”


Kuthe ukuba ilizwe izwi likaPhethro ayavula esangweni ngenxa yokuthokoza, kodwa yagijima yayobika ukuthi uPhethro umi ngasesangweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ