Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 2:17 - IsiZulu 2020

17 Sebebonile, balanda ngalelo lizwi ababelitsheliwe ngalo mntwana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Sebebonile balanda ngalelo zwi ababetshelwe lona ngalowo mntwana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Sebekubonile balandisa izwi ababelitshelwe ngalo ngomntwana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Sebekubonile balandisa izwi ababelitshelwe ngalo ngomntwana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 2:17
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

We nina nonke enesaba uNkulunkulu, wozani nilalele, nginilandise ngalokho angenzele khona.


Kuthi lapho abamesabayo uSimakade uma bekhuluma bodwa omunye nomunye; uSimakade akulalelisise, akuzwe lokho, bese kubhalwa phambi kwakhe encwadini yokukhumbula abamesabayo uSimakade, labo abalihloniphayo iGama lakhe.


Baphuthuma baya khona, bafica uMariya, noJosefa, nomntwana elele emkhombeni.


Bonke abezwayo bamangala ngokukhulunywe kubo ngabelusi.


Naye-ke wafika ngaleso sikhathi, wamtusa uNkulunkulu, wabatshela ngaye bonke ababebheke ukukhululwa kweJerusalema.


“Buyela ekhaya, ubalandise ukuthi uNkulunkulu ukwenzele ini.” Nempela yahamba yabalandisa emzini wakubo wonke, ukuthi kungakanani uJesu ayeyenzele khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ