Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 2:15 - IsiZulu 2020

15 Kwathi ukuba zihambe izingelosi, zibuyela ezulwini, abelusi bathi omunye komunye: “Masihambe manje siye eBhethlehema, sibone le nto eyenzekileyo, iNkosi esazise ngayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwathi ukuba zimuke kubo izingelosi ziya ezulwini, abelusi bakhuluma bodwa, bathi: “Asihambe manje, size sifike eBetlehema, sibone leyo nto eyenzekileyo iNkosi esazisile yona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kwathi izingelosi sezimuka kubo zisiya ezulwini, abelusi bakhuluma omunye komunye, bathi: “Masiye eBetlehema, sibone lokhu okwenzekileyo, uJehova esisazise khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi izingelosi sezimuka kubo zisiya ezulwini, abelusi bakhuluma omunye komunye, bathi: “Masiye eBetlehema, sibone lokhu okwenzekileyo, uJehova esisazise khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 2:15
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi lapho uSimakade esezomthatha u-Eliya amenyusele ezulwini ngesishingishane, u-Eliya no-Elisha basuka eGiligali.


Kwathi besalokhu behamba bexoxa, bheka, kwaqhamuka inqola yomlilo namahhashi omlilo, abehlukanisa, u-Eliya wenyukela ezulwini ngesivunguvungu.


Mikhulu imisebenzi kaSimakade, bazindla ngayo bonke abayithokozelayo.


UMose wathi: “Ake ngichezuke ukuze ngibone lesi simangaliso esingaka, ukuthi kungani isihlahla singashi.”


Indlovukazi yaseningizimu nayo iyakuma nalesi sizukulwane ekwahlulelweni, isilahle ngecala. Ngokuba yasuka emikhawulweni yomhlaba izolalela ukuhlakanipha kukaSolomoni. Lapha kukhona okukhulu kunoSolomoni.


“Udumo kuNkulunkulu kweliphezulu, nokuthula emhlabeni kubantu abathokozelwa nguye.”


Baphuthuma baya khona, bafica uMariya, noJosefa, nomntwana elele emkhombeni.


Kuthe esababusisa, wasuka kubo, wenyuselwa ezulwini.


othe esenyukele ezulwini, wahlala ngakwesokunene sikaNkulunkulu, esebekile phansi kwakhe izingelosi, ababusi neziphathimandla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ