Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 18:4 - IsiZulu 2020

4 “Kwaba yisikhathi eside umehluleli engathandi. Kepha kamuva wadlinza, wathi: ‘Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, futhi ngingenandaba namuntu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Kwaba yisikhathi engavumi; kepha ngasemuva wathi phakathi kwakhe: ‘Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, nginganaki muntu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kwaba yisikhathi engavumi, kodwa ngasemuva wathi phakathi kwakhe: “Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, nginganaki muntu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwaba yisikhathi engavumi, kodwa ngasemuva wathi phakathi kwakhe: “Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, nginganaki muntu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 18:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazindla wathi: ‘Ngizokwenzenjani, ngokuba anginandawo engizofaka kuyo isivuno sami na?’


“Yayisicabanga induna, ithi: ‘Ngizakwenzenjani, lokhu inkosi yami ingiyekisa ukuba yinduna na? Anginamandla okulima, futhi nginamahloni okunxiba.


Wathi: “Emzini othile kwakukhona umehluleli othile owayengamesabi uNkulunkulu, futhi engenandaba namuntu.


Kulowo muzi kwakukhona futhi umfelokazi owayelokhu egqigqa, ethi kuye: ‘Ngenzele ubulungiswa maqondana nomelene nami.’


“Umnininisivini wathi: ‘Ngizakwenzenjani manje na? Ngizakuthumela indodana yami ethandekayo; mhlawumbe bazakuyihlonipha.’


Futhi-ke sasinobaba bethu begazi ababesiyala, futhi sibahlonipha. Pho singemthobele ngani kakhulu uYise wawomoya kunobaba, siphile na?


Wakhala phambi kwakhe kwaze kwaphela izinsuku eziyisikhombisa zedili labo, kodwa ngenxa yokuba wayelokhu embelesele, ngosuku lwesikhombisa uSamsoni wamtshela. Wayesebachazela abakubo imfumbe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ