Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 17:34 - IsiZulu 2020

34 Ngithi kini: ngalobo busuku, kuyakuba khona ababili embhedeni munye; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ngithi kini: Ngalobo busuku kuyakuba khona ababili embhedeni munye; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Ngithi kini: Ngalobobusuku kuzakuba khona ababili embhedeni munye; omunye athathwe, omunye ashiywe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ngithi kini: Ngalobobusuku kuzakuba khona ababili embhedeni munye; omunye athathwe, omunye ashiywe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 17:34
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ungangilahli kanye nezoni, nomphefumulo wami kanye nabantu abalambele igazi,


Ungangilahli kanye nezoni nabenzi bokubi, abathi becebela omakhelwane babo ububi ngezinhliziyo, babe bekhuluma kahle ngemilomo yabo.


Izinto zakuqala zifikile, sengizakumemezela izinto ezintsha; zingakaqhamuki, ngiyakunenza nizizwe.”


Wena uzifunela izinto ezinkulu na? Qha, ungazifuni, ngokuba bheka, ngiyakwehlisela inhlekelele kubantu bonke, kusho uSimakade, ngikunike ukuphila kwakho kube njengempango, kuzo zonke izindawo oyakuya kuzo.’ ”


Niyabona-ke, nginitshele kungakenzeki lokho.


Kepha nina qaphelani; nginixwayisile ngalezi zinto.


UPhethro wathi kuye: “Noma bonke bangakuhlamuka, kodwa mina ngeke.”


“Phikelelani ukungena ngomnyango omncane. Ngokuba ngithi kini: baningi abayakufuna ukungena, kodwa behluleke.


Ngithi kini: akunjalo, kodwa uma ningaphenduki, niyakubhubha nonke njengabo.


Ngithi akunjalo: kodwa uma ningaphenduki niyakubhubha nonke njengabo.”


Ofuna ukulondoloza ukuphila kwakhe, uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa yikho, uyakukulondoloza.


Kuyakuba khona ababili begaya ndawonye; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.


Ngakho-ke iNkosi iyakwazi ukukhulula ekulingweni labo abamesabayo uNkulunkulu, nokugcina abangalungile ukuze ibajezise ngosuku lokwehlulelwa,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ