Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 14:9 - IsiZulu 2020

9 Bese eza kuwe onimemileyo, athi: ‘Dedela lona, kule ndawo ohleli kuyo’, bese wena uhamba uyohlala kwesingezansi, uphoxekile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 eze yena onimeme wena naye, athi: ‘Mdedele lo;’ khona uqale uhlale kwesisenzansi unamahloni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 beseza okumemileyo laye, athi kuwe: Khipha lo; bese uqala ukuhlala endaweni ephansi ngokunamahloni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 beseza okumemileyo laye, athi kuwe: Khipha lo; bese uqala ukuhlala endaweni ephansi ngokunamahloni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 14:9
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho kuvela ukuziqhenya kulandela ihlazo, kodwa kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.


Ukuzidla kwendulela ukuwa, nomoya oziqhenyayo wandulela ukubhadazela.


Abahlakaniphileyo bayozuza udumo, kepha iziwula ziyothelwa ngehlazo.


Wathi ukuba asho lokho, bajabha bonke ababemelene naye, kepha isixuku sonke sathokoza ngenxa yemisebenzi yonke emangalisayo ayenzileyo.


Ngakho-ke vezani izithelo ezifanele ukuphenduka, ningaqali nithi ngaphakathi kwenu: ‘Sinobaba u-Abhrahama,’ ngokuba ngithi kini: uNkulunkulu unamandla okuvusela u-Abhrahama abantwana kulawa matshe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ