Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 14:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi ngesabatha uJesu waya endlini yomunye wabaFarisi oyisikhulu, eyokudla, bembheke ngeso lokhozi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ekungeneni kwakhe ngesabatha endlini yomunye waba yizikhulu kubaFarisi ukuba adle ukudla, bona uqobo babemqaphele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 14:1
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Omubi uqamekela olungileyo, ufuna ukumbulala.


Uma kukhona ozongibona, ukhuluma amanga ngami. Unqwabela okubi enhliziyweni yakhe, aphume akhulume ngakho.


Baceba ukuwisa umuntu oqavileyo. Bathokozela amanga, bayabusisa ngemilomo yabo, kodwa ngengaphakathi, bayaqalekisa. Sela


ngokuba ungozicabangelayo, athi kuwe: “Yidla uphuze,” kepha inhliziyo yakhe ayikho kuwe.


Pho-ke umuntu uyedlula kangakanani imvu? Ngakho-ke kuvunyelwe ukwenza okuhle ngesabatha.”


Babembheke ngeso lokhozi ukuthi ngabe uzomphilisa yini lowo muntu ngesabatha, ukuze bamthwese icala.


Esakhuluma, omunye umFarisi wammema ukuba azokudla naye. UJesu esengenile endlini, wahlala esidlweni.


Kwakukhona phambi kwakhe umuntu othile owayenesifo sokuvuvuka.


AbaFarisi bambuza uJesu ukuthi umbuso kaNkulunkulu uzakufika nini. Wabaphendula wathi: “Umbuso kaNkulunkulu awufiki nje ubonwa ngamehlo.


Bamqaphela, base bethumela izinhloli ezazizenza abalungileyo ukuba zimhile ngakushoyo, ukuze bamnikele kumbusi nasegunyeni lesiphathimandla.


Izazimthetho nabaFarisi babeqaphile ukuthi uzakuphulukisa yini ngesabatha, ukuze bathole utho abangambeka icala ngalo.


Kwakukhona umuntu owayengumFarisi, igama lakhe nguNikhodimu, engumholi wabaJuda.


Kwase kusukuma omunye emkhandlwini, umFarisi ogama lakhe nguGamaliyeli, isazimthetho esihlonishwayo esizweni sonke, wayala ukuba laba abantu bakhishelwe phandle isikhashana;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ