Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 12:6 - IsiZulu 2020

6 Akuthengiswa yini imizwilili emihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Nokho akukho namunye awukhohlwayo uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Akukhohlakele namunye kuyo emehlweni kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngamasentimitha amabili, kanti akukho namunye kubo olibalekayo phambi kukaNkulunkulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngamasentimitha amabili, kanti akukho namunye kubo olibalekayo phambi kukaNkulunkulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 12:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Unika izinkomo ukudla kwazo, namazinyane egwababa akhalayo.


Akuthengiswa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Nokho akukho namunye oyakuwela phansi ngaphandle kwemvume kaYihlo.


Kepha kwafika umfelokazi ompofu wanikela ngamafadingi amabili, okuyisitebela.


Ake nibheke nje amagwababa; awalimi, awavuni, futhi awanazilulu nazinqolobane, kepha uNkulunkulu uyawondla. Kakhulu kangakanani-ke nina eniyigugu ukwedlula izinyoni!


“Bhekani nje, nansi iminduze yasendle, ukuthi ikhula kanjani. Ayizikhandli, ayizithungeli zembatho, kodwa ngithi kini: ngisho noSolomoni, ebukhazikhazini bakhe bonke, wayengavunulisile okomunye wayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ