Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 11:7 - IsiZulu 2020

7 bese umngani esendlini aphendule athi: ‘Ungangihluphi; sekuvaliwe emnyango, sesilele, mina kanye nabantwana bami; anginakuvuka, ukuba ngikunike utho.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 yena-ke ophakathi aphendule athi: ‘Ungangihluphi; sekuvaliwe emnyango, nabantwana bami balele kanye nami; anginakuvuka, ngikunike,’ na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ophakathi aphendule athi: Ungangihluphi; anginakuvuka ngikunike.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ophakathi aphendule athi: Ungangihluphi; anginakuvuka ngikunike.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 11:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sengiyikhumulile ingubo yami, ngingaphinde ngiyigqoke kanjani? Sengizigezile izinyawo zami, sengingazigcoliselani na?


“Zisahambile ukuyokuthenga, wafika umyeni. Lezo ezazilungele, zangena naye edilini lomshado; kwase kuvalwa umnyango.


ngokuba ngifikelwe ngumhlobo wami osohambeni, kepha anginalutho engingamupha khona adle;’


Ngithi kini: noma engezukuvuka amnike utho ngokuba engumngani wakhe, kodwa ngenxa yokubelesela kwakhe uyakumnikeza konke akudingayo.


Uma umninindlu esesukumile wavala umnyango, niyakuma ngaphandle, ningqongqoze emnyango, nithi: ‘Nkosi, sivulele,’ yena uyakuphendula, athi: ‘Anginazi ukuthi nivela kuphi.’


UJesu wayesehamba nawo. Kuthe eseseduze nendlu yenduna yekhulu, induna yekhulu yathumela abahlobo bayo ukuba bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungangena phansi kophahla lwami.


Kusukela manje, mangingabe ngisakhathazwa muntu, ngokuba ngithwele emzimbeni wami izimpawu zikaJesu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ