Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 11:54 - IsiZulu 2020

54 behlose ukumhila, ukuze bambambe ngamazwi akhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 bemqamekela ukuba babambe into ephuma emlonyeni wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

54 bemqamekela, befuna ukubamba utho oluphuma emlonyeni wakhe, ukuze bambeke icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Bemqamekela, befuna ukubamba utho oluphuma emlonyeni wakhe, ukuze bambeke icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 11:54
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi inkosi yakwa-Israyeli isiyifundile incwadi, yaklebhula izingubo zayo, yathi: “Mina nginguNkulunkulu yini ukuba ngibulale, ngiphilise, ukuze lo athumele kimi umuntu ukuba ngimphilise ochokweni lwakhe na? Ake niqonde, nibone ukuthi ufuna ithuba lokulwa nami.”


AbaFarisi basuka lapho, babonisana ukuba bamhile ngezwi.


UJesu, ebazi ububi babo, wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na?


Omunye wabo, isazimthetho, wamlinga, wathi:


Abanye babaFarisi nabalandeli bakaHerode bathunyelwa kuye ukuba bamhile ngezwi.


Babembheke ngeso lokhozi ukuthi ngabe uzomphilisa yini lowo muntu ngesabatha, ukuze bamthwese icala.


Kuthe ephuma lapho, izazimthetho nabaFarisi baqala ukumthukuthelela kakhulu. Base bemxina ngemibuzo ngezinto eziningi;


Bamqaphela, base bethumela izinhloli ezazizenza abalungileyo ukuba zimhile ngakushoyo, ukuze bamnikele kumbusi nasegunyeni lesiphathimandla.


Abakwazanga ukumhila ngamazwi akhe phambi kwabantu. Yabamangalisa impendulo yakhe, bathula du.


Ngakho-ke ungabavumeli, ngokuba phakathi kwabo kunamadoda angaphezulu kwama-40 azomlalela unyendle, ngokuba azibophe ngesifungo ukuthi awazukudla futhi awazukuphuza engakambulali uPawula. Manje bakulungele lokho, futhi balindele ukuba uvume.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ