NgokukaLuka 11:31 - IsiZulu 202031 Mhla kwehlulelwa, indlovukazi yaseningizimu iyakusukuma kanye namadoda alesi sizukulwane, iwalahle ngecala, ngokuba yasuka kwelikude izwe izokuzwa ukuhlakanipha kukaSolomoni; lapha kukhona omkhulu kunoSolomoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE31 Inkosikazi yaseningizimu iyakusukuma ekwahlulelweni kanye namadoda alesi sizukulwane, iwalahle; ngokuba yavela emikhawulweni yomhlaba izakuzwa ukuhlakanipha kukaSolomoni; bhekani, lapha kukhona okukhulu kunoSolomoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible31 Indlovukazi yaseningizimu iyakusukuma ekwahlulelweni kanye nabantu balesi sizukulwane, ibalahle; ngokuba yavela emikhawulweni yomhlaba izokuzwa ukuhlakanipha kukaSolomoni; futhi bhekani, lapha kukhona omkhulu kunoSolomoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202431 Indlovukazi yaseningizimu iyakusukuma ekwahlulelweni kanye nabantu balesi sizukulwane, ibalahle; ngokuba yavela emikhawulweni yomhlaba izokuzwa ukuhlakanipha kukaSolomoni; futhi bhekani, lapha kukhona omkhulu kunoSolomoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |