Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 11:18 - IsiZulu 2020

18 Kanjalo uma uSathane ehlukene yedwa, umbuso wakhe uyakuma kanjani na? Ngokuba nithi ngikhipha amadimoni ngoBhelzebhule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 NoSathane, uma ehlukene yedwa, umbuso wakhe uyakuma kanjani na? lokhu nithi ngikhipha amademoni ngoBelzebule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Uma noSathane ehlukene yedwa, umbuso wakhe uyakuma kanjani na? ngokuba nithi ngikhipha amademoni ngoBelzebule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uma noSathane ehlukene yedwa, umbuso wakhe uyakuma kanjani na? ngokuba nithi ngikhipha amademoni ngoBelzebule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 11:18
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwanele uma umfundi enjengomfundisi wakhe, nenceku injengenkosi yayo. Uma umninindlu bembize ngokuthi uBhelzebhule, kakhulu kangakanani abendlu yakhe.


Uma uSathane ekhipha uSathane, kusho ukuthi wehlukene yedwa. Pho umbuso wakhe uyakuma kanjani na?


UJesu wayesethi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze Yena yedwa.’ ”


Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Kepha abanye babo bathi: “Ukhipha amadimoni ngoBhelzebhule, umbusi wamadimoni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ