Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 10:30 - IsiZulu 2020

30 UJesu wathatha wathi: “Umuntu othile wehla eJerusalema eya eJerikho; wazithela phezu kwezigcwelegcwele, zamhlubula izingubo, zamshaya, zahamba, zimshiya sekusele umndondo nje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 UJesu waphendula wathi: “Umuntu othile wehla eJerusalema eya eJeriko; watheleka phakathi kwezigcwelegcwele, zamhlubula izingubo, zamshaya, zamuka zimshiya umndondo nje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Jesu a araba, a re: “Monna e mong o ne a theohile Jerusalema a ya Jeriko, mme a wela hara dinokwane, tsa mo hlobodisa, tsa mo ntsha maqeba, tsa tloha, tsa mo siya a le makhatheng a ho shwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Jesu a araba, a re: “Monna e mong o ne a theohile Jerusalema a ya Jeriko, mme a wela hara dinokwane, tsa mo hlobodisa, tsa mo ntsha maqeba, tsa tloha, tsa mo siya a le makhatheng a ho shwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 10:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sengibalwa nabehlela emgodini, sengifana nomuntu ongasenamandla.


“Ngakho bheka, ziyeza izinsuku, lapho ngiyozijezisa izithombe zalo ezibaziweyo, kulo lonke izwe lakhona kuqume abalimeleyo,” kusho uSimakade.


Zikhalela onina, zifuna isinkwa newayini, lapho ziquleka njengabalimele kakhulu, emigwaqweni yomuzi; imiphefumulo yazo iphumela ezifubeni zonina.


Ngiyakuziqinisa izingalo zenkosi yaseBhabhele, ngibeke inkemba yami esandleni sayo, kepha ngiyakuzephula izingalo zikaFaro, abubule phambi kwayo njengokububula komuntu olinyaziweyo.


Kwathi kungalindelekile, kwehla umphristi othile ngaleyo ndlela; kuthe lapho embona, wachezuka endleleni.


Wabasondeza kuye abali-12, wathi kubo: “Lalelani, sikhuphukela eJerusalema; konke okulotshwe ngabaphrofethi maqondana neNdodana yomuntu, kuzakugcwaliseka.


Kuthe esekushilo lokho wayeseqhubeka nohambo, wakhuphukela eJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ