Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 1:31 - IsiZulu 2020

31 Uzakukhulelwa, uzale indodana, uyiqambe igama uthi nguJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Bheka, uzakukhulelwa, uzale indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Bheka, uzakukhulelwa, uzale indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Bheka, uzakukhulelwa, uzale indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 1:31
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mabathokoze oyihlo nonyoko, ethabe owakuzalayo.


Ngakho-ke iNkosi uqobo izokunika isibonakaliso: intombi izakukhulelwa, izale indodana, iyiqambe ngokuthi ngu-Imanuweli.


Uzakuzala iNdodana, uyiqambe igama uthi nguJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.”


“Intombi iyakukhulelwa, izale indodana; bayakuyiqamba igama bathi ngu-Immanuweli,” okusho ukuthi: “UNkulunkulu unathi.”


akazange alale naye, waze wazala indodana; wayiqamba igama wathi nguJesu.


Kepha ingelosi yathi kuye: “Ungesabi, Zakhariya, ngokuba isicelo sakho sizwakele; umkakho u-Elizabethe uzakukuzalela indodana, uyiqambe igama uthi nguJohane.


entombini eyayithenjiswe umendo yindoda enguJosefa, wendlu kaDavide; igama lentombi kwakunguMariya.


Kwathi seziphelile izinsuku eziyisishiyagalombili, umntwana wasokwa, wayeseqanjwa igama kwathiwa nguJesu, igama elalishiwo yingelosi unina engakakhulelwa.


“Ngakho-ke uDavide umbiza ngeNkosi. Pho-ke uyiNdodana yakhe kanjani na?”


Kepha lapho sesifikile isikhathi esimisiweyo, uNkulunkulu wathumela iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazane, izelwe phansi komthetho,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ