Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 7:28 - IsiZulu 2020

28 Kwathi uJesu eseqedile ukukhuluma la mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 7:28
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wena umuhle kunabo bonke abantu, umusa uthululelwe ezindebeni zakho. Ngakho-ke uNkulunkulu ukubusisile kuze kube phakade.


Kwathi ukuba uJesu aqede ukuyala abafundi bakhe abali-12, wahamba lapho wayofundisa, futhi eshumayela emizini yakubo.


Kwathi uJesu eseqedile ukukhuluma lawo mazwi, wasuka eGalile, waya emingceleni eJudiya, phesheya kweJordani.


Kwathi izixuku sezikuzwile lokho, zamangala ngemfundiso yakhe.


Kwathi lapho uJesu eseqedile ukusho wonke lawo mazwi, wathi kubafundi bakhe:


Yafika imvula, kwafika izikhukhula nezivunguvungu zomoya; zayishaya leyo ndlu, yawa, kwaba kukhulu ukuwa kwayo!”


ngokuba wayebafundisa njengonegunya, kungenjengezazimthetho zabo.


Abantu bamangaliswa ngukufundisa kwakhe, ngokuba wayebafundisa njengonegunya, hhayi njengezazimthetho.


Abaphristi abakhulu nezazimthetho bakuzwa lokho, bafuna ukuthi bangambhubhisa kanjani, ngokuba babemesaba, kwazise izindimbane zabantu zazimangaliswa ngukufundisa kwakhe.


Selifikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni. Abaningi ababelalele bamangala, bathi: “Ngabe lo ukuthatha kuphi lokhu na? Kuhlakanipha kuni lokhu akunikiwe na? Zimangaliso zini futhi lezi azenza ngezandla zakhe?


Kepha babengazi ukuthi bazokwenza kanjani, ngokuba bonke abantu babenamathele kuye, bemlalele.


Bonke ababemuzwa bamangala ngokuqonda nangokuphendula kwakhe.


Bonke bakhuluma kahle ngaye, bemangaliswa ngamazwi omusa aphuma emlonyeni wakhe, bathi: “Kanti lo akasiyo yini indodana kaJosefa na?”


Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinegunya.


Kwathi uJesu eseqedile ukukhuluma wonke lawo mazwi kubantu, wangena eKhaphernawume.


Ngakho-ke abaJuda bamangala, bathi: “Lo muntu uyazi kanjani imibhalo engafundanga na?”


Izinceku zaphendula, zathi: “Akukho muntu osewake wakhuluma njengaloya muntu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ