Mathewu 6:10 - IsiZulu 202010 mawufike umbuso wakho; mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 mawufike umbuso wakho; mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible10 Umbuso wakho mawufike. mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 Umbuso wakho mawufike. Mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlala kuzo, banikwa amandla okwahlulela. Ngabona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi ngoJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nasemfanekisweni waso, nabangalwemukelanga uphawu lwaso emabunzini abo nasezandleni zabo. Baphila babusa noKhristu iminyaka eyinkulungwane.