Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 25:5 - IsiZulu 2020

5 Kuthe umyeni esalibele, zonke izintombi zozela, zalala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Umyeni esalibele, zozela zonke, zalala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kwathi umyeni esalibele, zozela zonke zalala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwathi umyeni esalibele, zozela zonke zalala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 25:5
23 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ebusuku embhedeni wami ngamfuna othandwa ngumphefumulo wami; ngamfuna, kodwa angimtholanga.


Bengilele, kodwa inhliziyo yami ibhekile; ngezwa izwi lothandiweyo wami engqongqoza! “Ngivulele dadewethu, sithandwa sami, juba lami, wena opheleleyo wami, ngokuba ikhanda lami ligcwele amazolo; imiyeko yami, ngamaconsi asebusuku.”


Sengiyikhumulile ingubo yami, ngingaphinde ngiyigqoke kanjani? Sengizigezile izinyawo zami, sengingazigcoliselani na?


Ngokuba umbono usalokhu ungowesikhathi esinqunyiweyo, uyakushesha ufike esiphethweni, awuyukukhohlisa; nakuba uyakubambezeleka, ulinde, ngokuba impela uyakufika, awuyukwephuza.


Kepha uma leyo nceku embi ithi enhliziyweni yayo: ‘Inkosi yami isalibele,’


“Emveni kwesikhathi eside, yabuya inkosi yalezo zinceku, yalandisana nazo.


Kepha ezihlakaniphileyo zawaphatha amafutha ngezitsha nezibani zazo.


“Kwathi phakathi kwamabili, kwamenyezwa kwathiwa: ‘nangu umyeni eza; phumani nimhlangabeze!’


Wabuyela kubafundi, wabafica belele, wathi kuPhethro: “Kodwa beningehlale nilinde nami ihora libe linye na?


Wabuyela kubo futhi, wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayegcwele ubuthongo.


Abantu babemlindele uZakhariya nokho bamangala ngokulibala kwakhe ethempelini.


Kepha uma leyo nceku ithi enhliziyweni yayo: ‘Inkosi yami isalibele ukuba ifike,’ bese iqala ukushaya izisebenzi zesilisa nezesifazane, idle, iphuze, idakwe,


Ngithi kini: uyakubenzela ubulungiswa ngokushesha. Ngabe iNdodana yomuntu iyokufumana yini ukukholwa emhlabeni mhla ifika na?”


Waqala ukulandisa abantu lo mzekeliso, wathi: “Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, wayesehamba isikhathi eside.


Yenzani lokhu, ngokuba nazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuba nivuke ebuthongweni. Ngokuba manje insindiso isisondele kithi kunangaleso sikhathi esaqala ngaso ukukholwa.


ngokuba konke okubonakalayo kungukukhanya. Ngalokho kuthiwa: “Phaphama wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKhristu uzakukukhanyisa.”


Zithibeni, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo, sifuna esingamdwengula.


kodwa bambisisani lokhu eninakho, ngize ngifike.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ