Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 2:18 - IsiZulu 2020

18 “Kwezwakala izwi eRama, ukukhala nokulila okukhulu, uRaheli ekhalela abantwana bakhe, engavumi ukududuzwa, ngokuba bengasekho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “Kwezwakala izwi eRama, ukukhala nokulila okukhulu, uRakheli ekhalela abantwana bakhe, engavumi ukududuzwa, ngokuba abasekho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kwezwakala izwi eRama, ukulila nokukhala nokulila okukhulu, uRaheli ekhalela abantwana bakhe, engafuni ukududuzwa, ngokuba bengasekho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwezwakala izwi eRama, ukulila nokukhala nokulila okukhulu, uRaheli ekhalela abantwana bakhe, engafuni ukududuzwa, ngokuba bengasekho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 2:18
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabuyela kubafowabo wathi kubo: “Akasekho umfana emgodini, ngizoshonaphi mina na?”


Uyise uJakobe wayesethi kubo: “Niyangephuca abantwana bami; uJosefa akasekho, noSimeyoni akasekho, manje senifuna ukuthatha noBhenjamini; konke lokhu kungaphezu kwamandla ami.”


Kepha umuntu uyafa, abe buthakathaka, umuntu obhubhile uphi na?


Usho kanje uSimakade, uthi: “Izwi liyezwakala eRama, ukulila nokukhala okumunyu, uRaheli ekhalela abantwana bakhe; uyala ukududuzwa ngabantwana bakhe, ngokuba abasekho.”


Ngizwile izwi kungathi ngelowesifazene ohelelwayo, usizi lozibulayo, izwi lendodakazi uZiyoni ihefuzela, yelula izandla zayo, ithi: “Maye, kimi! Ngokuba umphefumulo wami udangele, phambi kwababulali bami.”


Wawendlala phambi kwami, wawulotshiwe ngaphandle nangaphakathi. Kuwo kwakubhalwe izililo nokuzila, nokuthi: “Maye!”


Ngakho-ke kwagcwaliseka okwakhulunywa nguJeremiya, umphrofethi, ukuthi:


Bonke babekhala, belila, kodwa wathi kubo: “Ningakhali, ayifile; ilele.”


Ngase ngibona, futhi ngezwa ukhozi lundiza emkhathini wezulu, lumemeza ngezwi elikhulu, luthi: “Maye, maye, maye kulabo abakhileyo emhlabeni, lapho sekukhala amacilongo asasele, njengoba izingelosi ezintathu zizakuwabetha!”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ