Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 14:30 - IsiZulu 2020

30 Kepha kuthe ebona umoya onamandla, wesaba; eseqala ukucwila wakhala wathi: “Nkosi, ngisindise!”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha ebona umoya wesaba; eseqala ukushona wakhala wathi: “Nkosi, ngisindise!”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 14:30
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inceku yomuntu kaNkulunkulu yavuka ekuseni, yaphuma; bheka, impi enamahhashi nezinqola yayiwuzungezile umuzi. Inceku yakhe yathi kuye: “Maye, nkosi! Siyakwenzenjani na?”


Vuka, Simakade, ngisindise Nkulunkulu wami. Uzishayile zonke izitha zami emihlathini; wawawohloza amazinyo ezonakali.


UJesu wayesethi: “Woza.” UPhethro wehla-ke esikebheni, wahamba phezu kwamanzi, waya kuJesu.


Masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncinyane, ungabazeleni na?”


Lindani, nikhuleke ukuze ningangeni ekulingweni. Umoya uyavuma, kodwa inyama ibuthakathaka.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ