Mathewu 11:14 - IsiZulu 202014 Uma nivuma ukukwamukela lokho, lo ungu-Eliya obezakufika. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Uma nivuma ukukwamukela, lo ungu-Eliya obezakufika. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible14 Uma nivuma ukukwamukela, lo unguEliya obezakuza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Uma nivuma ukukwamukela, lo unguEliya obezakuza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlala kuzo, banikwa amandla okwahlulela. Ngabona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi ngoJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nasemfanekisweni waso, nabangalwemukelanga uphawu lwaso emabunzini abo nasezandleni zabo. Baphila babusa noKhristu iminyaka eyinkulungwane.