KwabaseKolose 2:14 - IsiZulu 202014 Wayesula incwadi yecala lethu, eyayimelene nathi ngemiyalo ekuyo, wayisusa ngokuyibethela esiphambanweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 esehlangule incwadi yecala lethu, emelana nathi ngemiyalo yayo, wayeyisusa ngokuyibethela esiphambanweni; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible14 Wesula umbhalo wesandla wemithetho owawumelene nathi, owawumelene nathi, wawususa endleleni, wawubethela esiphambanweni sakhe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Wesula umbhalo wesandla wemithetho owawumelene nathi, owawumelene nathi, wawususa endleleni, wawubethela esiphambanweni sakhe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kuthe ngosuku lwe-13 ngenyanga yokuqala, kwabizwa bonke onobhala benkosi. UHamani wabayala ukuba babhale konke ayebatshela khona, bakuhumushele kuzo zonke izilimi, ezincwadini eziya kuzo zonke izifundazwe, bese bekuthumelela iziphathimandla zenkosi, nababusi, nabaholi babantu, nakuzo zonke izifundazwe; kwabhalwa egameni lenkosi u-Ahasheveroshi, kwasicilelwa ngendandatho yayo.