Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseKolose 1:19 - IsiZulu 2020

19 Ngokuba kwaba kuhle ukuba ukuphelela konke kukaNkulunkulu kuhlale kuyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 ngokuba kwaba kuhle kuye ukuba ukugcwala konke kuhlale kuyo

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Ngokuba kwamthokozisa uBaba ukuthi ukugcwala konke kuhlale kuye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngokuba kwamthokozisa uBaba ukuthi ukugcwala konke kuhlale kuye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseKolose 1:19
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaleso sikhathi uJesu wathokoza kuMoya oNgcwele, wathi: “Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwembulela izingane; yebo, Baba, ngokuba kwaba kuhle phambi kwakho ukuba kube kanjalo.


Ngokuba ekugcwaleni kwakhe, sonke samukele umusa phezu komusa.


Othunywe nguNkulunkulu ukhuluma amazwi kaNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu umuphe ngokupheleleyo uMoya.


Ngokuba njengalokhu ngokuhlakanipha kukaNkulunkulu izwe lingazange limazi uNkulunkulu ngokuhlakanipha kwalo, lokho kwaba kuhle kuNkulunkulu ukusindisa abakholwayo ngobuwula bentshumayelo.


lona elingumzimba wakhe, ukuphelela kwakhe okuphelelisa konke, kubo bonke.


Makabongwe uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Khristu, osibusisile ezulwini kuKhristu ngaso sonke isibusiso sokomoya;


Wakumisa phambilini ukuba sibe ngabantwana kuye ngoJesu Khristu, njengalokhu kwaba kuhle kuye ngentando yakhe,


Lowo owehlayo, nguYena owenyukela phezu kwamazulu wonke, ukuze akuphelelise konke.


okufihlwe kuye wonke amagugu okuhlakanipha nawokwazi.


Ngokuba kuhlala kuye ngokomzimba konke ukuphelela kukaNkulunkulu.


lapho kungekho mGriki namJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe noma umSkithe, isigqila noma okhululekileyo, kodwa uKhristu uyikho konke, kubo bonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ