KumaHeberu 8:9 - IsiZulu 20209 esingafani nesivumelwano engasenza nokhokho babo mhla ngibabamba ngesandla ngibakhipha eGibhithe; ngokuba abasigcinanga isivumelwano sami, nami angibanakanga,” kusho iNkosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 kungenjengesivumelwano engasenzayo nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe, ngokuba abahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanakanga, isho iNkosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible9 Hhayi njengesivumelwano engasenza nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe; ngokuba bengahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanaka,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Hhayi njengesivumelwano engasenza nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe; ngokuba bengahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanaka,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wathi kuMose: “Bheka, ngenza isivumelwano phambi kwabo bonke abantu bakho. Ngiyokwenza izimangaliso phambi kwabo bonke abantu bakho, ezingakaze zenziwe emhlabeni wonke, naphakathi kwezizwe zonke. Bonke abantu enihlala phakathi kwabo bayokuwubona umsebenzi kaSimakade, ngokuba kuyinto eyesabekayo lokhu engizokwenza ngawe.