KumaHeberu 11:36 - IsiZulu 202036 abanye balingwa, bajivazwa, bashaywa; yebo, baboshwa, bafakwa ejele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE36 abanye balingwa ngokujivazwa nokushaywa, yebo, nokuboshwa nokufakwa etilongweni; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible36 Abanye balingwa ngokuhlekwa ngonya nangokubhaxabulwa, yebo, nangezibopho nokuboshwa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202436 Abanye balingwa ngokuhlekwa ngonya nangokubhaxabulwa, yebo, nangezibopho nokuboshwa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“UHanameli, indodana yomfowabo kababa, wafika kimi ngisegcekeni labalindi njengokusho kwezwi likaSimakade, wathi kimi: ‘Ake uthenge insimu yami ese-Anathothi kwaBhenjamini, ngokuba ilungelo lefa lingelakho, nokuhlenga kungokwakho; zithengele yona.’ “Ngase ngazi mina ukuthi leli lizwi livela kuSimakade.