Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KumaHeberu 10:2 - IsiZulu 2020

2 Uma-ke kwakungenjalo, ngabe ayiyekwanga yini ukunikelwa, ngoba abakhonzayo sebehlanjululiwe kwaba kanye, bengasayukuba nakho ukukhumbula isono na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 uma kwakungenjalo, nga ingayekwanga ukunikelwa na? lokhu phela abakhonzayo sebehlanjululwe kanye babengasayikuba novalo ngezono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Ngokuba ngabe ngabe ingayekwanga yini ukunikelwa na? ngoba abakhonzayo sebehlanjululwe kwaba kanye, kabasenasazela sezono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba ngabe ngabe ingayekwanga yini ukunikelwa na? ngoba abakhonzayo sebehlanjululwe kwaba kanye, kabasenasazela sezono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KumaHeberu 10:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, uzidedise kangako iziphambeko zethu.


“Mina, Mina nginguye owesula iziphambeko zakho ngenxa yami; angiyukuzikhumbula izono zakho.


Iziphambeko zakho ngizesule njengefu, nezono zakho njengomlaza; buyela kimi, ngokuba ngikuhlengile.”


Uyakubuye asihawukele, anyathele iziphambeko zethu, aphonse zonke izono zethu ekujuleni kolwandle.


Kodwa wena-ke, ngenxa yegazi lesivumelwano sami nawe, ngiyakubakhulula abakini ababoshiweyo emgodini ongenamanzi.


ngingabe ngisazikhumbula izono zabo nobubi babo.”


Ngokuba lokhu kuyabongeka uma umuntu, ngenxa kanembeza, ngokuyintando kaNkulunkulu, ethwala izinsizi noma ehlushwa ngokungafanele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ