Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 7:48 - IsiZulu 2020

48 Ukhona yini ezikhulwini noma kubaFarisi oke wakholwa nguye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Ukhona yini ezikhulwini nakubaFarisi oke wakholwa nguye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

48 Ukhona yini kubabusi noma kubaFarisi okholwe kuye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Ukhona yini kubabusi noma kubaFarisi okholwe kuye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 7:48
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngaleso sikhathi uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo, nakulabo abanokuqonda, kodwa wakwambulela izingane.


UPilatu wabizela ndawonye abaphristi abakhulu, ababusi nabantu,


Nokho-ke nakuba kunjalo, ababusi abaningi bakholwa kuye, kodwa ngenxa yabaFarisi abamvumanga esidlangalaleni, funa baxoshwe esinagogeni,


Kwakukhona umuntu owayengumFarisi, igama lakhe nguNikhodimu, engumholi wabaJuda.


Nangu nje ukhuluma esidlangalaleni, kodwa abasho nolunci kuye. Ngabe mhlawumbe ababusi bayazi ngokweqiniso ukuthi lo muntu unguKhristu na?


Kepha lesi sixuku esingawazi umthetho siqalekisiwe.”


UNikhodimu, omunye wabaFarisi, owake waya kuJesu, wathi kubo:


Izwi likaNkulunkulu lasabalala, kwathi inani labafundi lakhula kakhulu eJerusalema, nesixuku esikhulu sabaphristi sayamukela inkolo.


Siphelelephi isazi na? Sikuphi isazimthetho na? Uphi oqophisana ngamazwi wakulesi sikhathi na? UNkulunkulu akakwenzanga yini kwaba wubuwula ukuhlakanipha kwakuleli lizwe na?


Akukho namunye kubabusi balesi sikhathi obekwazi, ngokuba ukuba bebekwazi, babengeke bayibethele iNkosi yenkazimulo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ