Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 6:22 - IsiZulu 2020

22 Ngakusasa isixuku esasisele ngaphesheya kolwandle sabona ukuthi asikho esinye isikebhe lapho, kukhona esisodwa kuphela, nokuthi uJesu wayengagibelanga esikebheni nabafundi bakhe, kodwa babehambe bodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngangomuso isixuku esasingaphesheya kolwandle sabona kungekho omunye umkhunjana khona, sazi ukuthi ubumunye nje nokuthi uJesu wayengangenanga emkhunjini kanye nabafundi bakhe, kepha ukuthi abafundi bakhe babewele bodwa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Ngangomuso izixuku ezazimi ngaphesheya kolwandle zabona ukuthi kwakungekho sikebhe lapho, ngaphandle kwalowo ababengene kuwo abafundi bakhe, nokuthi uJesu akangenanga nabafundi bakhe emkhunjini, kodwa ukuthi abafundi bakhe. bahamba bodwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngangomuso izixuku ezazimi ngaphesheya kolwandle zabona ukuthi kwakungekho sikebhe lapho, ngaphandle kwalowo ababengene kuwo abafundi bakhe, nokuthi uJesu akangenanga nabafundi bakhe emkhunjini, kodwa ukuthi abafundi bakhe bahamba bodwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 6:22
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabacindezela abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni masinyane, bamendulele, baye ngaphesheya, ukuze ahlakaze izixuku.


UJesu wayesephoqa ngokushesha abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni, bamandulele ukuya phesheya eBhethsayida, aze yena ahlakaze isixuku.


Isixuku esikhulu samlandela, ngokuba sasibone izibonakaliso ayezenza kulabo abagulayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ