Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 2:20 - IsiZulu 2020

20 AbaJuda bathi kuye: “Leli thempeli lathatha iminyaka engama-46 lakhiwa, wena uthi uzakulivusa ngezinsuku ezintathu na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngakho bathi abaJuda: “Leli thempeli kwaba yiminyaka engamashumi amane nesithupha lakhiwa, wena-ke uzakulivusa ngezinsuku ezintathu na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Base bethi abaJuda: “Leli thempeli iminyaka engamashumi amane nesithupha lakhiwa, wena-ke uyakulivusa ngezinsuku ezintathu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Base bethi abaJuda: “Leli thempeli iminyaka engamashumi amane nesithupha lakhiwa, wena-ke uyakulivusa ngezinsuku ezintathu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 2:20
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngonyaka we-11, ngenyanga kaBhuli eyinyanga yesishiyagalombili, indlu yase iqediwe ukwakhiwa ngokohlelo okwakumele yakhiwe ngalo. USolomoni wayakha iminyaka eyisikhombisa.


“ ‘Ngakho-ke uSheshibhazari wafike wabeka izisekelo zendlu kaNkulunkulu eJerusalema; kusukela ngaleso sikhathi kuze kube manje isakhiwa, ayikaqedwa.’


Kuthe uJesu esephumile ethempelini, wahamba, kwasondela abafundi bakhe, bamkhombisa izakhiwo zethempeli.


Kwathi abanye besababaza ubuhle bethempeli ukuthi lihlotshiswe ngamatshe amahle nangezipho ezinhle, uJesu wayesethi kubo:


Lokhu kungubufakazi bukaJohane, lapho abaJuda bethumele abaphristi nabaLevi bevela eJerusalema ukuba bambuze, bathi: “Wena ungubani na?”


nokuthi wambelwa, wavuswa kwabafileyo ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ