Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 18:26 - IsiZulu 2020

26 Enye yezinceku zomphristi omkhulu, eyisihlobo salowo ondlebe yaso uPhethro wayeyinqumile, yathi: “Angikubonanga yini ensimini naye na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo salowo ondlebe yaso uPetru abeyinqumile, yathi: “Angikubonanga yini mina ensimini unaye na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo sakhe uPetru ayinquma indlebe, yathi: “Angikubonanga mina ensimini unaye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo sakhe uPetru ayinquma indlebe, yathi: “Angikubonanga mina ensimini unaye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 18:26
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izindebe ezikhuluma iqiniso ziyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungolomzuzwana nje.


Emva kwesikhashana, esesondele kwababemi lapho, bathi kuPhethro: “Impela nawe ungomunye wabo, udalulwa ngisho nangukukhuluma kwakho.”


Emva kwesikhashana omunye wambona, wathi: “Nawe ungomunye wabo.” Kepha uPhethro, wathi: “Muntundini, angisiye.”


UJesu esekukhulumile lokho, waphuma nabafundi bakhe; bawelela ngaphesheya komfudlana, iKhedroni. Kwakukhona lapho insimu angena kuyo nabafundi bakhe.


USimoni Phethro wayesegqabula inkemba ayeyiphethe, wagenca inceku yomphristi omkhulu, wayinquma indlebe yesokunene. Igama lenceku kwakunguMalkhusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ