Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 11:5 - IsiZulu 2020

5 UJesu wayebathanda oMartha nodadewabo noLazaru.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kepha uJesu wayebathanda oMarta nodadewabo noLazaru.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kepha uJesu wayebathanda oMarta nodadewabo noLazaru.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha uJesu wayebathanda oMarta nodadewabo noLazaru.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 11:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Besahamba, wangena emzaneni othile; owesifazane mumbe, ogama lakhe nguMartha, wamemukela endlini.


Kepha uMartha wayematasatasa, enza imisebenzi eminingi; waya kuJesu, wathi: “Nkosi, akukukhathazi yini ukuthi udadewethu ungishiyile, ngisebenza ngedwa na? Ngakho-ke mtshele angisize.”


Kepha iNkosi yamphendula, yathi: “Martha, Martha, ukhathazekile futhi uphazanyiswa yizinto eziningi.


Kwakukhona othile owayegula, onguLazaru waseBhethaniya, isigodi okwakuhlala kuso uMariya nodadewabo uMartha.


Ngakho-ke odadewabo bathumela kuJesu, bathi: “Nkosi, bheka, umngani wakho omkhonzile uyagula.”


Ngakho-ke abaJuda bathi: “Bheka, indlela abemkhonze ngayo.”


Ngakho-ke lapho esezwa ukuthi uLazaru uyagula, wahlala izinsuku ezimbili kuleyo ndawo ayekuyo.


Abafundi bathi kuye: “Rabi, akukapholi maseko abaJuda befuna ukukukhanda ngamatshe, usuya khona futhi na?”


Ngokuba uBaba luqobo uyanithanda, lokhu nina ningithandile, nakholwa ukuthi Mina ngavela kuNkulunkulu.


Ngibazisile igama lakho, ngizakubazisa lona ukuba uthando ongithande ngalo lube kubo, nami ngibe kubo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ