IzEnzo 8:27 - IsiZulu 202027 Wasuka-ke wahamba. Wase ebona indoda yase-Etopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe, indlovukazi yase-Etopiya, eyayengamele yonke ingcebo yendlovukazi. Yayikade ize eJerusalema ukuzokhuleka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Wayesesuka wahamba. Bheka, nansi indoda yase-Etiyopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe inkosikazi yase-Etiyopiya, ebiphezu kwengcebo yayo yonke, ebifikile eJerusalema izakukhuleka; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible27 Wasesukuma wahamba; khangela-ke, indoda yeEtiyopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe indlovukazi yamaEtiyopiya, eyayiphethe yonke inotho yayo, eyayize eJerusalema ukukhuleka; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Wasesukuma wahamba; khangela-ke, indoda yeEtiyopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe indlovukazi yamaEtiyopiya, eyayiphethe yonke inotho yayo, eyayize eJerusalema ukukhuleka; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uSimakade, uthi: “Ingcebo yaseGibhithe nokuzuziweyo kwaseKhushe, nangamaShebha, abantu abade; kuyakuza kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga; bakukhothamele, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu unani kuphela, akekho omunye, akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwakhe.’ ”