Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 27:30 - IsiZulu 2020

30 Ababegibele emkhunjini base befuna ukubaleka kuwo, behlisela isikebhe olwandle, kwaba sengathi bazakuphonsa amahange enhlokweni yomkhumbi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Abomkhumbi sebefuna ukubaleka emkhunjini, behlisela isikebhe elwandle ngokungathi bazakuphonsa amahange* enhlokweni yomkhumbi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Abaqhubi bemikhumbi sebezabaleka emkhunjini, behlisela umkhumbi olwandle, kungathi baphonse amahange emkhunjini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Abaqhubi bemikhumbi sebezabaleka emkhunjini, behlisela umkhumbi olwandle, kungathi baphonse amahange emkhunjini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 27:30
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi sisagudla ngezansi kwesiqhingana okuthiwa iKhawuda, sakwazi ukubamba isikebhe somkhumbi kunzima.


Kwathi ebusuku, phakathi kwamabili, ngolwe-14 silokhu sintanta olwandle e-Adriya, ababesemkhunjini bacabanga ukuthi sebesondela ezweni thizeni,


Besaba ukuthi hleze singase sishayeke ezindaweni ezinamadwala, base bephonsa amahange amane ngemuva, bafisa sengathi ngabe sekusile.


uPawula wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: “Uma laba bengahlali emkhunjini, anisoze nasinda nina.”


Amabutho anquma amagoda esikebheni, asidedela sawa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ