IzEnzo 23:16 - IsiZulu 202016 Kepha umshana kaPawula walizwa icebo labo lokumlalela unyendle, bambulale, wayeseya enkanjini, wangena, wambikela uPawula. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Kepha indodana kadadewabo kaPawulu yezwa ngokumqamekela kwabo, yafika yangena ekamu,* yambikela uPawulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible16 Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |