IzEnzo 23:12 - IsiZulu 202012 Kwathi kungasa, abaJuda benza itulo, bazibophezela ukuthi abasoze badla futhi baphuze lutho bengakambulali uPawula. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Kwathi sekusile, abaJuda benza iqeqeba, bazilokothela bethi abayikudla, bangaphuzi, bengakambulali uPawulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible12 Kwathi sekusile, abaJuda benza icebo, bazibopha ngesiqalekiso, bathi abayikudla, bangaphuzi, bengakambulali uPawulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Kwathi sekusile, abaJuda benza icebo, bazibopha ngesiqalekiso, bathi abayikudla, bangaphuzi, bengakambulali uPawulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: nina nomkenu, nikhulume ngemilomo yenu, nakufeza ngezandla zenu, nithi: ‘Nakanjani, siyakuzifeza izithembiso zethu esizenzile, zokuba sishisele indlovukazi yezulu impepho, nokuyithululela iminikelo yokuphuzwayo.’ Qhubekani nezifungo zenu, nikwenze ngokweqiniso lokho enikwethembisile.