Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 22:26 - IsiZulu 2020

26 Yathi ukuba induna yekhulu ikuzwe lokho, yaya enduneni yenkulungwane, yabika yathi: “Uzokwenzenjani na? Ngokuba lo muntu ungumRoma?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Induna yekhulu ikuzwile yaya enduneni yenkulungwane, yabika yathi: “Usuzakwenzani na, ngokuba lowo muntu ungumRoma?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Kwathi induna yekhulu isizwile, yasuka yabikela induna, yathi: Qaphela okwenzayo, ngoba lumuntu ungumRoma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kwathi induna yekhulu isizwile, yasuka yabikela induna, yathi: Qaphela okwenzayo, ngoba lumuntu ungumRoma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 22:26
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isigejane samabutho, induna yenkulungwane, nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.


Kuthe besambophe ngemichilo, uPawula wathi enduneni yekhulu eyayimi lapho: “Kuvumelekile yini ukuba kushaywe umuntu ongumRoma engakalahlwa yicala na?”


Induna yenkulungwane yaya kuPawula, yathi kuye: “Ngitshele, ngabe wena ungumRoma yini na?” Yena wathi: “Yebo.”


Bamshiya masinyane labo ababezomhlola, nenduna yenkulungwane yesaba, lapho seyizwe ukuthi ungumRoma nokuthi ibimbophile.


“Le ndoda ibibanjwe ngabaJuda, kwathi lapho sebezoyibulala, ngafika namabutho, ngayisindisa sengizwile ukuthi ingumRoma.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ