Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 21:32 - IsiZulu 2020

32 Yathatha ngokushesha amabutho nezinduna zekhulu, yagijimela kubo. Kuthe sebebona induna yenkulungwane namabutho, bayeka ukumshaya uPawula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 yona yayisithatha masinyane amabutho nezinduna zekhulu, yagijimela kubo; sebebona induna yenkulungwane namabutho bayeka ukumshaya uPawulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 yona yahle yathatha amasosha nezinduna zekhulu, yagijimela kubo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Yona yahle yathatha amasosha nezinduna zekhulu, yagijimela kubo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 21:32
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nibachobozeleni abantu bami, nafihliza ubuso babampofu na?” kusho iNkosi uSimakade Wamabandla.


Isigejane samabutho, induna yenkulungwane, nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.


Khona bonke badumela uSostene, umphathi wesinagoge, bamshaya phambi kwesihlalo sokwehlulela, kodwa uGaliyu wakushaya indiva lokho.


“Mina ngathi: ‘Nkosi, bayazi bona uqobo ukuthi yimina engangibabopha, ngibashaya emasinagogeni labo abakholwa nguwe,


“Le ndoda ibibanjwe ngabaJuda, kwathi lapho sebezoyibulala, ngafika namabutho, ngayisindisa sengizwile ukuthi ingumRoma.


futhi yazama ukungcolisa ithempeli; sayibopha, safuna ukuyehlulela ngomthetho wakithi.


Sebebabizile abaphostoli, babashaya, babaxwayisa ngokuthi bangakhulumi ngegama likaJesu, base bebakhulula.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ