IzEnzo 20:15 - IsiZulu 202015 Sasuka lapho ngomkhumbi, ngakusasa safika maqondana neKhiyu, kwathi ngomhlomunye sanqamula saya eSamu; ngosuku olulandelayo safika eMilethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 sesimukile lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika maqondana neKiyu; ngangomhlomunye sasondela eSamu; ngolulandelayo safika eMilethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible15 Sasuka lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika malungana neKiyo; ngangomuso safika eSamo, sahlala eTrogilo; ngangomuso safika eMilethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Sasuka lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika malungana neKiyo; ngangomuso safika eSamo, sahlala eTrogilo; ngangomuso safika eMilethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |