IzEnzo 16:37 - IsiZulu 202037 Kepha uPawula wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu, singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basigquma ejele. Manje basikhipha ngasese na? Phinde, neze! Abeze bona, basikhiphe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE37 Kepha uPawulu wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? Qhabo, akuze bona, basikhiphe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible37 Kepha uPawulu wathi kubo: “Basishayile obala singalahlwanga cala, thina singamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? cha impela; kodwa mabeze bona basikhiphe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202437 Kepha uPawulu wathi kubo: “Basishayile obala singalahlwanga cala, thina singamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? cha impela; kodwa mabeze bona basikhiphe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |