Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzAga 2:9 - IsiZulu 2020

9 khona uyoqonda ukulunga, nokwehlulela neqiniso, nezindlela zonke ezinhle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela, neqiniso, yebo, nezindlela zonke ezinhle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela nokulunga; yebo, yonke imigwaqo emihle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzAga 2:9
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.


Nginokuqonda okubedlula bonke abangifundisayo, ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.


Ngubani owesaba uSimakade na? Uyomfundisa indlela okumele ayikhethe.


Ngizokubonisa, futhi ngikufundise indlela ozohamba ngayo; ngizobeka iso lami kuwe, ngikweluleke.


Abantu ababi ababuqondi ubulungiswa, kodwa abafuna uSimakade, bakuqonda konke.


Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyukuthiywa yilutho, nalapho ugijima awuyukukhubeka.


Indlela yabalungileyo injengokukhanya kokusa okuqhubeka kukhanye kuze kube semini.


Ngihamba endleleni yokulunga, emikhondweni yobulungiswa,


Kuyakuba khona umendo nendlela eyakuthiwa iNdlela Yobungcwele; ongcolileyo akayukuhamba ngayo, kepha iyakuba ngeyabantu bakhe; abahamba ngayo, noma beyiziwula, abayukuduka kuyo.


Usho kanje uSimakade uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israyeli, uthi: “NginguSimakade uNkulunkulu wakho okufundise okukusizayo, nokuholile ngendlela okumele uhambe ngayo.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Yimani ezindleleni, nibone, nibuze ngemikhondo yasemandulo ukuthi ikuphi indlela enhle, nihambe kuyo, niyakufumana ukuphumula kwemiphefumulo yenu, kepha, bathi: ‘Asiyukuhamba kuyo.’


UJesu wathi: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ