Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzAga 2:3 - IsiZulu 2020

3 uma ukhala ngokuhlaziya, ulizwakalisa izwi lakho ngokuqonda;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 yebo, uma ukhala ngengqondo, uzwakalisa izwi lakho ngokuqonda,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yebo, uma ubiza ukwazi, uphakamisela izwi lakho ukuqonda;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzAga 2:3
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuphela nje, sengathi uSimakade angakupha ukuhlakanipha nokuqonda, akuyale ngo-Israyeli ukuba ugcine umthetho kaSimakade uNkulunkulu wakho.


Ngiyinceku yakho; ngiphe ingqondo ukuba ngazi ubufakazi bakho.


Ukukhala kwami makufinyelele phambi kwakho, Simakade; ngiqondise ngokwezwi lakho.


Ngiphe ingqondo, ukuze ngiwuqaphele umthetho wakho, ngiwugcine ngenhliziyo yami yonke.


Ngenziwe yizandla zakho, zangibumba, ngiphe umqondo ukuze ngifunde imiyalo yakho.


wenze indlebe yakho ilalele ukuhlakanipha, nenhliziyo yakho ithambekele ekuqondeni;


uma ukufuna njengesiliva ukufunisisa njengengcebo efihliweyo,


Mazise Yena ezindleleni zakho zonke, uyakuqondisa imikhondo yakho.


Yizwani madodana ami, ukuyala kukayihlo, nilalelelisise, ukuze nazi ukuqonda.


Ngiyabathanda abangithandayo; nalabo abangifunisisayo, bayangifumana.


Ngakho-ke uma nina eningababi, nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani-ke uYihlo osezulwini uzakubapha abacelayo kuye uMoya oNgcwele.”


Kepha uma kukhona omunye phakathi kwenu oswele ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngokungagodli futhi engabalisi; uyakuphiwa lokho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ