IsiLilo 4:6 - IsiZulu 20206 Ukona kwendodakazi yabantu bami, kungaphezu kwesono seSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungengazandla zamuntu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ukona kwendodakazi yabantu bami kukhulu kunesono saseSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungasondelanga zandla kulo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba isijeziso sobubi bendodakazi yabantu bami sikhulu kunesijeziso sesono saseSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungasalanga zandla phezu kwalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Njengoba kuyakuba njalo kubantu, kuyakuba njalo nakubaphristi; njengoba kuyakuba njalo nasesigqileni, kuyakuba njalo nakumniniso; njengoba kunjalo encekukazini, kuyakuba njalo nasenkosikazini; njengoba kunjalo kumthengi, kuyakuba njalo nakumthengisi; njengoba kunjalo kobolekisayo, kuyakuba njalo nakobolekayo; njengoba kunjalo kokweletisayo, kuyakuba njalo nakokweletayo.