IsiLilo 4:16 - IsiZulu 202016 NguSimakade luqobo obahlakazile, akasayukubanakekela. Ababahloniphanga abaphristi, ababanga namusa kubanumzane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ubuso bukaJehova buyabahlakaza, akasayikubanakekela. Abahloniphi ubuso babapristi, kababanga namusa kumalunga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Intukuthelo kaJehova yabahlukanisa; akasayikubanaka; babengahloniphi ubuntu babapristi, babengawathandi amadoda amadala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Njengoba kuyakuba njalo kubantu, kuyakuba njalo nakubaphristi; njengoba kuyakuba njalo nasesigqileni, kuyakuba njalo nakumniniso; njengoba kunjalo encekukazini, kuyakuba njalo nasenkosikazini; njengoba kunjalo kumthengi, kuyakuba njalo nakumthengisi; njengoba kunjalo kobolekisayo, kuyakuba njalo nakobolekayo; njengoba kunjalo kokweletisayo, kuyakuba njalo nakokweletayo.