Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiLilo 4:15 - IsiZulu 2020

15 Abantu babebahebeza, bethi: “Sukani lapha, ningcolile! Sukani, sukani, ningasithinti!” Ngakho-ke baphenduka abafokazi nemizulane; abantu phakathi kwezizwe bathi: “Anisoze nagogobala lapha!”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Chezukani, ningcolile!” bamemeza kubo: “Chezukani, chezukani, ningathinti!” Lapho bebaleka bezulazula, bathi phakathi kwabezizwe: “Abasayikugogobala lapha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Basebememeza bathi: Hambani! ingcolile; sukani, sukani, ningathinti; lapho bebaleka bezulazula, bathi phakathi kwabezizwe: Kabayikugogobala khona;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiLilo 4:15
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, ngizokwehlisela ukwesaba phezu kwakho,” kusho iNkosi uSimakade Wamabandla, “kuvela kubo bonke abakuzungezileyo; niyakuxoshwa; kube yilowo nalowo abambe eyakhe indlela, kungabi bikho oqoqa ababalekileyo.


UJuda usekuthunjweni, ngenxa yokuhlupheka nangenxa yobugqila obukhulu; uhlala phakathi kwezizwe, akakutholi ukuphumula. Bonke abamxoshayo, bamficile phakathi kobuhlungu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ